Iculo Le 27
OBABA bethu,Nkosi,
Basizwa nguwe;
Sithemba kuwe nathi,
Usivikele.
2 Ziningi izivubgu,
Zisisongela;
Wosiphephisa kuzo
Ngengalo yakho.
3 Wasitha abangcwele,
Bacasha ngawe;
Sithemba kuwe nathi, Usivikele.
2 Ziningi izivungu,
Zisisongela;
Wosiphephisa kuzo
Ngengalo yakho.
3 Wasitha abangcwele,
Bacasha ngawe,
Sebekhosel’ekhaya
Sisithe nathi.
4 Kungakadalw’umhlaba,
O Simakade
Unguy’uNkulunkulu,
Ngenkathi yonke.
5 Im’nyaka yaphakado
Ifana kuwe
Nemini ya yizolo
Sekusa futhi.
6 Kudlula isikhathi Sinjengomfuula,
Sibakhukhul’ abantu,
Bakhohlakale.
7 Obaba bethu,Nkosi,
Basizwa nguwe,
Usivikele nathi.
Siyis’ekhaya.